Uhlanganiselo loxhumano

Any network devices you have on the system are automatically detected by the installation program and shown in the Network Devices list.

Ukuhlanganyela ithuluzi loxhumano, kuqala khetha ithuluzi ebese ucofa Lungisa. Kwisikrini Soxhumano Olubhekene , ungakhetha ukuba nolwazi lwe-IP kanye nemaski yoxhumano oluhlanganiselwe yi-DHCP noma ngenisa ngokwakho. Ungakwazi ukukhetha ukwenza ithuluzi lisebenze esikhathini sokulayisha.

Uma ungenaye ukungenisa kwe-DHCP noma ungaqinisekile ukuthi yiluphi lolu lwazi, siza uxhumane Nomphathi Woxhumano.

If your system is part of a larger network where hostnames are assigned by DHCP, select automatically via DHCP. Otherwise, select manually and enter an FQHN-based hostname for your system (such as name.example.com). If you do not, your system will be known as "localhost".

Okokugcina, uma ungenisa ngokwakho ulwazi lwe-IP kanye nemaski yoxhumano, ungangenisa ikheli lesango lokungena kanye namakheli e-DNS Yokuqala, Yesibili kanye neyesithathu.